Go to home
Discover Durban Invest Durban City Government City Services

Most Important numbers
General Enquiries:
031 311 1111
Fire Department &
Metro Police
031 361 0000
Water and Traffic Hotline
080 131 3013
 

Inqubo ekwenyukeni komhlalaphansi

 

Injongo yalenkomba ukudlulisela kwabathola umhlalaphansi inqubo yokwenyuka kwezimali zomhlalaphansi.

Ngokulandisa kwesigaba 14B(3)(a) somthetho wezikhwama zomhlalaphansi, iBhodi yabangamele isikhwama bayokwakha babuye bahlanganise inqubo eyobhekela ukunyuswa kwezimali eziyofakwa kwabamukela umhlalaphansi naleyomhlalaphansi esuke imile, ukuba yiphi inqubo:-

  • enjongweni eyosetshenziswa ukunika ngokwamaphesenti ukubhekela odlayo inani (CPI) okanye ezinye izindlela zonyukomali eyobonakala ilungile ngokwabangamele isikhwama;
  • Nokuhlela njalonjalo ukuthi unyuko mali eliyobhekelwa ukuthi luyahambisana yini  nenqubo, loko futhi kuyoba sekutheni unyukomali lubhekelwa njalo ngonyaka, ngokuqhathanisa nonyukomali olusekugcineni kumhlalaphansi okungenani kanye njalo eminyakeni emthathu.

Isikhwama somhlalaphansi enqubeni yonyukomali ekwiyona igcwalisa izidingo zomthetho kungukubhekela unyukomali oluphakathi kuka 60% no 100% ukubhekela odlayo intengo yakhe imikuphi (CPI) (lokungabhekeli inzalo yezezindlu) lapha kuyoba sekutheni kuyenzeka yini loko.

Minyakayonke izimpesheni ziyakhushulwa ngoNtulikazi (July).   UMasipala waseThekwini unikeza isiqiniseko sokuthi noma kanjani abaholipmesheni bayohola ukwenyuselwa izimpesheni okungenani okulingana no60 wamaphesenti.

Unyukomali eqale 2005/07/01 ibengu4.28% loko okulinganiswa no100% wokuphakathi kkuCPIX yonyaka ophele kuJanuary 2005. Kwakwenzelwa ukuba umhlalaphansi unyuswe ngawo lo100% we CPIX ngokuthi isimo sesikhwama sasivuma ukuthi lo CPIX ogcwele ekwenyuseni umhlalaphansi wawuyema.

Isikhathi sokubheka seminyaka emithathu esishiwo ngenhla siyokwenzeka ekuqaleni kuka2007 besekuqhubeka njalo emva kweminyaka emithathu, Lokho kuyobhekelwa isimo sesikhwama okubhekela isimo saso okuyokwenzeka ku 31 December wonyaka ongaphambili.

Inqubo yesikhwama uma ifundwa kuhambisana nesigaba somthetho kusho isihloko esithi uma kunokwenzeka isikhwama kufanele sifake unyukomali ephakathi kuka60% no100% wokwehla nokwenyuka kwamandla email kuleso sikhathi seminyaka emithathu.  Inhloso yokubhekela isimo sesikhwama nokwazisa ukuthi ongoti baso kwezemali bayokwazisa abathathi zinqumo.

Lokhu kuchaza ukuthi nxa ukwehla nokwenyuka kwamandla emali okungu100% kukhishwa onyakeni kwemibili yokuqala yalena emithathu eyobjekwa kulesosikhathi u100% wokwehla nokwenyaka kwemali onyakeni wesithathu.  Uma kunokwenzeka umhlalaphansi uyonyuswa ngemali engaphansi kuka100% wokwehla nokwenyuka kwamandla emali ekuqaleni kweminyaka emibili wesikhathi wokuhlolisisa bese kuba nokunyuka okuku100% onyakeni wesithathu kuyofakwa uma kwenzeka.

Inhloso yalesigaba somthetho wesikhwama somhlalaphansi ukugcizelela ukuthi isabelo sokukhona esilungene esikhwameni sibekwe eceleni ukukhokha nokuqhuba imihlalaphansi nokuthi lezompahla zisetshenziselwa loko okuphokophelwe.

Lezozabelo nezimpahla ezilingene nokuhlanganisa nokutholwe ngongoti besikhwama kubekwe eceleni njengesidingo.  Futhi-ke nohlelo oluphusile logcinomali luyelahlanganiswa ukugcwalisa izidingo zamhlalaphansi.

Abahola umhlalaphansi bamiswa idolo ngokuthi inhlangano yabangamele isikhwama bazinikele kulomsebenzi wesikhwama njengoba benalezinjongo.

ukulungisele umhlalaphansi wobudala nezinye izinzuzo kumalunga ngokulandisa kwezinqumo okuncike kwizidingo zomthetho kanye.

nokubhekela ukunyuswa inani lomhlalaphansi nezinye izinzuzo kumalunga ukuze aqhele ezinkingeni isikhathi eside.

Siyabonga
Ozithobayo
Umphathi Omkhule

 
About This Site | Copyright | Disclaimer | E-mail Disclaimer | Payment of Accounts | Privacy Policy | Contact Us | Free Images